Abafundi bakhe bathi kuye: “Singazitholaphi izinkwa ezingaka ehlane ukuba sisuthise isixuku esingaka na?
Mathewu 15:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? Basebesithi: Eziyisikhombisa, lezinhlanzana ezimbalwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi kubo uJesu: “Ninezinkwa ezingaki na?” Bathi: “Eziyisikhombisa, nezinhlanzana eziyingcosana.” IsiZulu 2020 UJesu wathi kubo: “Ninezinkwa ezingaki na?” Bathi: “Eziyisikhombisa, nezinhlanzana ezimbalwa.” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? Basebesithi: Eziyisikhombisa, lezinhlanzana ezimbalwa. |
Abafundi bakhe bathi kuye: “Singazitholaphi izinkwa ezingaka ehlane ukuba sisuthise isixuku esingaka na?