Kwasekufika umuntu evela eBayelisa, walethela umuntu kaNkulunkulu isinkwa solibo, izinkwa zebhali ezingamatshumi amabili lezikhwebu ezigcwele emakhoba. Wathi: “Nika abantu ukuba badle.”
Mathewu 15:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayesebizela kuye abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu behlezi nami, bengenalutho lokudla; IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wayesebabiza abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu sihlezi kimi, singenanto yokudla; angithandi ukubamukisa belambile, funa mhlawumbe baphele amandla endleleni.” IsiZulu 2020 UJesu wababiza abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu sihleli nami, singenakho esingakudla. Angithandi ukubamukisa belambile, funa baphelelwe ngamandla endleleni.” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayesebizela kuye abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu behlezi nami, bengenalutho lokudla; |
Kwasekufika umuntu evela eBayelisa, walethela umuntu kaNkulunkulu isinkwa solibo, izinkwa zebhali ezingamatshumi amabili lezikhwebu ezigcwele emakhoba. Wathi: “Nika abantu ukuba badle.”
Ngokuba njengalokho uJona wayesesiswini somkhomo izinsuku ezintathu nobusuku obuthathu; kanjalo iNdodana yomuntu iyakuba senhliziyweni yomhlaba izinsuku ezintathu nobusuku obuthathu.
UJesu esekuzwile lokho wamuka lapho ngomkhumbi, waya endaweni eyihlane eyedwa. Kwathi izixuku zikuzwile, zamlandela ngezinyawo ziphuma emizini.
Abafundi bakhe bathi kuye: “Singazitholaphi izinkwa ezingaka ehlane ukuba sisuthise isixuku esingaka na?
UJesu waba nesihe ngazo, wathinta amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela.
besithi: Nkosi, siyakhumbula ukuthi umkhohlisi lowo esaphila wathi: Emva kwezinsuku ezintathu ngizavuka.
Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi.
Umphose kaningi emlilweni nasemanzini ukuba umbhubhise; kepha uma unamandla okwenza utho, sihawukele, usisize.
Kwathi sekuzakusa, uPawulu wabancenga bonke ukuba badle, wathi: “Namuhla kulusuku lweshumi nane nilindile, nizila ukudla, ningadli lutho.
Ngokuba asinaye umpristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu; kodwa walingwa kukho konke njengathi, kodwa engenasono.