Sonke sidukile njengezimvu; sajika yilowo nalowo indlela yakhe; uJehova wehlisela phezu kwakhe ububi bethu sonke.
Mathewu 15:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa waphendula wathi: Kangithunywanga kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu kaIsrayeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa waphendula wathi: “Angithunyelwanga kwabanye, kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu yakwa-Israyeli.” IsiZulu 2020 Kepha uJesu waphendula wathi: “Angithunyelwanga kwabanye, kodwa kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu yakwa-Israyeli.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa waphendula wathi: Kangithunywanga kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu kaIsrayeli. |
Sonke sidukile njengezimvu; sajika yilowo nalowo indlela yakhe; uJehova wehlisela phezu kwakhe ububi bethu sonke.
Ngiyofuna elahlekile, futhi exoshiwe, ngizoyibuyisa, futhi ephukile, ngizoyibopha futhi egulayo ngizoyiqinisa; kepha okunonileyo nokunamandla ngiyakuchitha; ngizazondla ngokwahlulela.
Ngiyakumisa phezu kwazo umalusi oyedwa, azoluse, inceku yami uDavide; uyakuzondla, abe ngumalusi wazo.
Kodwa akamphendulanga ngazwi. Abafundi bakhe beza bamncenga bathi: Mmukise; ngokuba uyakhala emva kwethu.
Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi.
Khona oPawulu noBarnaba bakhuluma isibindi, bathi: “Bekufanele ukuba izwi likaNkulunkulu likhulunywe kini kuqala;
Kepha ngithi uJesu Kristu waba yisikhonzi sokusoka ngenxa yeqiniso likaNkulunkulu, ukuze aqinise izithembiso zabobaba;