UJosefa wababona abafowabo, wabazi, kepha wazenza ongabazi kubo, wakhuluma kalukhuni kubo; wasesithi kubo: Livela ngaphi? Basebesithi: Sivela elizweni leKhanani ukuyathenga ukudla.
Mathewu 15:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa akamphendulanga ngazwi. Abafundi bakhe beza bamncenga bathi: Mmukise; ngokuba uyakhala emva kwethu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha akamphendulanga ngazwi. Base besondela kuye abafundi bakhe, bamncenga, bathi: “Mmukise ngokuba uyakhala emva kwethu.” IsiZulu 2020 Kepha akamphendulanga ngazwi. Kwase kusondela kuye abafundi bakhe, bamncenga bathi: “Mmukise, ngokuba uyakhala emva kwethu.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa akamphendulanga ngazwi. Abafundi bakhe beza bamncenga bathi: Mmukise; ngokuba uyakhala emva kwethu. |
UJosefa wababona abafowabo, wabazi, kepha wazenza ongabazi kubo, wakhuluma kalukhuni kubo; wasesithi kubo: Livela ngaphi? Basebesithi: Sivela elizweni leKhanani ukuyathenga ukudla.
Ihubo likaDavide. Ngikhala kuwe, Jehova, dwala lami; ungangithuli, funa ungithulele, ngingabi njengabehlela egodini.
Kwathi sekuhlwile, beza kuye abafundi bakhe, bathi: “Le ndawo iyihlane, isikhathi sesihambile; yekela izixuku zihambe, ukuze ziye emizaneni, zizithengele ukudla.
Bheka, kwavela kuleyo mikhawulo owesifazane waseKhanani, wakhala kuye, wathi: “Ngihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide; Indodakazi yami ikhwelwe kabi yidemoni.
Kodwa waphendula wathi: Kangithunywanga kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu kaIsrayeli.
Woyikhumbula yonke indlela uJehova uNkulunkulu wakho akuholile ngayo le minyaka engamashumi amane ehlane ukuba akuthobise, akuvivinye, azi okusenhliziyweni yakho, uma uthanda ukugcina imiyalo yakhe noma qha.