Mathewu 15:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wathi: “Kanti nani anikaqondi na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethi: “Kanti nani nisengabangaqondiyo na? IsiZulu 2020 Wayesethi: “Kanti nani anikabi nakuqonda na? Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wathi: “Kanti nani anikaqondi na? |
Anikaqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini, futhi kulahlelwa ogwini na?
Aniqondi kanjani ukuthi angikhulumanga kini ngesinkwa ukuthi nixwaye imvubelo yabaFarisi nabaSadusi na?
Anikaqondi yini, futhi anikazikhumbuli izinkwa eziyisihlanu zezinkulungwane ezinhlanu nokuthi bangaki obhasikidi enabutha?
Wathi kubo: Kanjalo nani aniqondi na? Anazi yini ukuthi konke okungaphandle okungena kumuntu akunakumngcolisa;
Kodwa bona kabaqedisisanga lutho lwalezozinto, lelizwi lalifihlakele kubo, njalo kabakwazi okwakhulunywayo.
Kodwa kabaliqondanga lelilizwi, njalo lalifihlakele kubo, ukuze bangaliqondi; basebesesaba ukumbuza ngalelolizwi.
Ngokuba nakuba benifanele ukuba ngabafundisi, kuze kube manje, nisadinga futhi ukuba kube khona onifundisa iziqalo zamazwi kaNkulunkulu; seniba njengabadinga ubisi, hhayi okokudla okuqinileyo.