UNathani wasesithi kuDavida: Nguwe lowomuntu. Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Ngakugcoba ube yinkosi kwa-Israyeli, ngakusindisa esandleni sikaSawule;
Mathewu 14:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba uJohane wathi kuye: “Awuvunyelwe ukuba ube naye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE lokhu uJohane wayethe kuye: “Awuvunyelwe ube naye.” IsiZulu 2020 Lokhu uJohane wayesho kuye ukuthi: “Awuvunyelwe ukuba umthathe.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba uJohane wathi kuye: “Awuvunyelwe ukuba ube naye. |
UNathani wasesithi kuDavida: Nguwe lowomuntu. Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Ngakugcoba ube yinkosi kwa-Israyeli, ngakusindisa esandleni sikaSawule;
Futhi kumelwe ukhulume kuye uthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Ingabe ubulele wathatha futhi? Uzakhuluma kuye, uthi: Usho kanje uJehova, uthi: Endaweni lapho izinja zaxhapha khona igazi likaNabhoti, izinja ziyakukhotha igazi lakho, okungukuthi eyakho.
Ababi bayabaleka bengaxoshwa muntu, kepha abalungileyo banesibindi njengengonyama.
Emthethweni nasebufakazini: uma bengakhulumi njengaleli zwi, kungoba akukho ukukhanya kubo.
Umprofethi uJeremiya wawakhuluma onke lawa mazwi kuZedekiya, inkosi yakwaJuda, eJerusalema,
Uma umuntu ethatha umkamfowabo, kungcolile; wadalula ihlazo lomfowabo; bazakuba bengenamntwana.