kuthe bengasifumani isidumbu sakhe, beza, bathi babone nombono wezingelosi ezithi uyaphila.
Mathewu 14:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kuthe abafundi bembona ehamba phezu kolwandle, bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha abafundi sebembonile ehamba phezu kolwandle bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba. IsiZulu 2020 Kepha abafundi sebembonile ehamba phezu kolwandle bashaywa wuvalo, bethi ngumungcwi; bakhala ngokwesaba. Baasraak Zulu New Testament Bible Kuthe abafundi bembona ehamba phezu kolwandle, bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba. |
kuthe bengasifumani isidumbu sakhe, beza, bathi babone nombono wezingelosi ezithi uyaphila.
Besaba bekhothamele phansi ngobuso, bathi kubo: “Nifunelani ophilayo kwabafileyo na?
Bathi kuye: “Uyahlanya. Kodwa wayelokhu egcizelela ukuthi kunjalo. Base bethi: “Yingelosi yakhe.”
Kwathi ngimbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo. Wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi kimi: “Ungesabi; ngingowokuqala nowokugcina;