UJesu esekuzwile lokho wamuka lapho ngomkhumbi, waya endaweni eyihlane eyedwa. Kwathi izixuku zikuzwile, zamlandela ngezinyawo ziphuma emizini.
Mathewu 14:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sekuhlwile, beza kuye abafundi bakhe, bathi: “Le ndawo iyihlane, isikhathi sesihambile; yekela izixuku zihambe, ukuze ziye emizaneni, zizithengele ukudla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Selishonile, abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Le ndawo iyihlane, isikhathi sesihambile; mukisa izixuku ukuba ziye emizaneni, zizithengele ukudla.” IsiZulu 2020 Kuthe selishonile, abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Le ndawo iyihlane futhi nelanga selizilahle kunina; tshela izixuku zihambe ziye emizaneni, ziyozithengela ukudla.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi sekuhlwile, beza kuye abafundi bakhe, bathi: “Le ndawo iyihlane, isikhathi sesihambile; yekela izixuku zihambe, ukuze ziye emizaneni, zizithengele ukudla. |
UJesu esekuzwile lokho wamuka lapho ngomkhumbi, waya endaweni eyihlane eyedwa. Kwathi izixuku zikuzwile, zamlandela ngezinyawo ziphuma emizini.
UJesu esephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngaso, waphulukisa abagulayo babo.
Kodwa akamphendulanga ngazwi. Abafundi bakhe beza bamncenga bathi: Mmukise; ngokuba uyakhala emva kwethu.
Uma ngibamukisa ezindlini zabo bengadlanga, bayakuphelelwa amandla endleleni, ngokuba abanye babo bavela kude.
Kwathi sekuqala ukuhwalala, kwafika abalitshumi lambili, bathi kuye: Yekisa ixuku lihambe, ukuze baye emizaneni lesemaphandleni, balale, bathole ukudla; ngoba lapha sisenkangala indawo.