Futhi wonke umuntu ongawi phansi akhuleke uyophonswa phakathi kwesithando somlilo ovuthayo ngaso leso sikhathi.
Mathewu 13:50 - Contemporary Zulu Bible 2024 zibaphonse esithandweni somlilo; lapho kuyakuba khona ukulila nokugedla amazinyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE zibaphonse eziko lomlilo; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo. IsiZulu 2020 Ababi zibaphonse esithandweni somlilo; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo. Baasraak Zulu New Testament Bible zibaphonse esithandweni somlilo; lapho kuyakuba khona ukulila nokugedla amazinyo. |
Futhi wonke umuntu ongawi phansi akhuleke uyophonswa phakathi kwesithando somlilo ovuthayo ngaso leso sikhathi.
zibaphose esithandweni somlilo; lapho kuyakuba khona ukulila nokugedla amazinyo.
Kepha abantwana bombuso bayakukhishelwa ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.