Lapho abantwana bakwa-Israyeli bebona ubuso bukaMose, ukuthi isikhumba sobuso bukaMose sasikhazimula; uMose wabuye wafaka iveli ebusweni bakhe, waze wangena ukukhuluma naye.
Mathewu 13:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona abalungileyo bayakukhanya njengelanga embusweni kaYise wabo. Onezindlebe zokuzwa makezwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona abalungileyo bayakukhanya njengelanga embusweni kaYise wabo. Onezindlebe makezwe. IsiZulu 2020 Kepha abalungileyo bayakukhanya njengelanga embusweni kaYise. Onezindlebe makezwe. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona abalungileyo bayakukhanya njengelanga embusweni kaYise wabo. Onezindlebe zokuzwa makezwe. |
Lapho abantwana bakwa-Israyeli bebona ubuso bukaMose, ukuthi isikhumba sobuso bukaMose sasikhazimula; uMose wabuye wafaka iveli ebusweni bakhe, waze wangena ukukhuluma naye.
Labahlakaniphileyo bayakukhanya njengokubenyezela komkhathi; nalabo abaphendulela abaningi ekulungeni njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade.
Khona iNkosi izakuthi kwabangakwesokunene sayo: Wozani lina elibusiswe nguBaba, lidle ilifa lombuso eliwulungiselweyo selokhu kwasekelwa umhlaba.
Kepha ngithi kini: Kusukela manje angisayikuphuza okwesithelo somvini, kuze kufike lolo suku engiyakusiphuza ngalo nani sisisha embusweni kaBaba.
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilile, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.
Lalelani, bazalwane bami abathandekayo: UNkulunkulu kabakhethanga yini abampofu balumhlaba ukuba bacebe ekukholweni, lezindlalifa zombuso awuthembisayo abamthandayo?