Waphendula, wathi kubo: “Ngokuba niphiwe nina ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu, kepha bona kabakuphiwanga.
Mathewu 13:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base besondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Ukhulumelani kubo ngemifanekiso na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwase kufika abafundi bakhe, bathi kuye: “Ukhulumelani kubo ngemifanekiso na?” IsiZulu 2020 Abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Ukhulumelani kubo ngemizekeliso na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Base besondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Ukhulumelani kubo ngemifanekiso na? |
Waphendula, wathi kubo: “Ngokuba niphiwe nina ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu, kepha bona kabakuphiwanga.
Wakhuluma kubo izinto eziningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.