Mathewu 12:49 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayeselulela isandla sakhe kubafundi bakhe, wathi: “Bhekani, uma nabafowethu! IBHAYIBHELI ELINGCWELE Welula isandla sakhe ngakubafundi bakhe, wathi: “Bhekani nangu umame nabafowethu. IsiZulu 2020 Welula isandla sakhe wakhomba abafundi bakhe, wathi: “Niyabona, nangu umame, nabafowethu. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayeselulela isandla sakhe kubafundi bakhe, wathi: “Bhekani, uma nabafowethu! |
Ngokuba yilowo nalowo owenza intando kaBaba osezulwini nguye ongumfowethu, nodadewethu, nomame.
Hambani masinyane, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo; bhekani, uyanandulela ukuya eGalile; niyakumbona lapho; bhekani, nginitshelile.