Olinda umlomo wakhe ulonda ukuphila kwakhe; kepha ovula kakhulu izindebe zakhe uyakuba nembubhiso.
Mathewu 12:37 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba ngamazwi akho uyakuthethwa, nangamazwi akho uyakulahlwa.” IsiZulu 2020 Ngokuba uyakwehlulelwa ngamazwi akho, icala likuthethe, futhi uyakulahlwa ngamazwi akho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa. |
Olinda umlomo wakhe ulonda ukuphila kwakhe; kepha ovula kakhulu izindebe zakhe uyakuba nembubhiso.
Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa.
Base bephendula abanye bababhali nabaFarisi, bathi: Mfundisi, sithanda ukubona isibonakaliso esivela kuwe.