Kuyakuthi ngalolo suku impande kaJese ime njengebhanela labantu; emva kwalokho abezizwe bayakufuna, nokuphumula kwakhe kuyakuba yinkazimulo.
Mathewu 12:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Njalo abezizwe bazathembela ebizweni lakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izizwe ziyakwethembela egameni lakhe.” IsiZulu 2020 Izizwe ziyakwethembela egameni lakhe.” Baasraak Zulu New Testament Bible Njalo abezizwe bazathembela ebizweni lakhe. |
Kuyakuthi ngalolo suku impande kaJese ime njengebhanela labantu; emva kwalokho abezizwe bayakufuna, nokuphumula kwakhe kuyakuba yinkazimulo.
Akayikuphelelwa amandla, noma aphele amandla, aze akhiphe isahlulelo emhlabeni; neziqhingi ziyolindela umthetho wakhe.
Kwase kulethwa kuye okhwelwe yidemoni, eyimpumputhe nesimungulu; wamphulukisa, kwaze kwakhuluma, wabona nempumputhe nesimungulu.
kubo uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yale mfihlakalo phakathi kwabezizwe; onguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo;