Mathewu 12:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Akayikuphikisana, noma akhale; njalo kakho ozakuzwa ilizwi lakhe emigwaqweni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Akayikubanga, akayikubangalasa, akakho oyakulizwa izwi lakhe ezitaladini. IsiZulu 2020 Akayukudazisana namuntu inkani, akayukuklabalasa, akekho oyakuzwa izwi lakhe emigwaqweni. Baasraak Zulu New Testament Bible Akayikuphikisana, noma akhale; njalo kakho ozakuzwa ilizwi lakhe emigwaqweni. |
Jabula kakhulu, ndodakazi yaseZiyoni! khala, ndodakazi yaseJerusalema! Bheka, iNkosi yakho iza kuwe; Ulungile futhi unensindiso; ithobekile, igibele imbongolo, ithole lethole.
Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi; ngokuba ngimnene, ngithobekile ngenhliziyo; niyakufumana ukuphumula emiphefumulweni yenu.
Umhlanga ofecekileyo akayikuwuphula, nelineni eliqhumayo akayikuwucima, aze athumele ukwahlulela kube-ngukunqoba.
Kwathi ebuzwa ngabaFarisi ukuthi umbuso kaNkulunkulu uzakufika nini, wabaphendula wathi: Umbuso kaNkulunkulu awufiki ubonwa.
Mina-ke Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKristu, mina engithobekile nxa ngikhona phakathi kwenu, kepha nxa ngingekho nginesibindi ngani;