Bhekani, izinto zakuqala sezifikile, ngimemezela izinto ezintsha; ngaphambi kokuba kuhlume, ngiyakutshela ngakho.
Mathewu 12:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi uIsaya ukuthi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngo-Isaya umprofethi ukuthi: IsiZulu 2020 ukuze kugcwaliseke okwashiwo ngo-Izaya umphrofethi, ukuthi: Baasraak Zulu New Testament Bible ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi uIsaya ukuthi: |
Bhekani, izinto zakuqala sezifikile, ngimemezela izinto ezintsha; ngaphambi kokuba kuhlume, ngiyakutshela ngakho.
oqinisa izwi lenceku yakhe nofeza icebo lezithunywa zakhe; othi kulo iJerusalema: Liyakuhlalwa; nasemizini yakwaJuda: Niyakwakhiwa, ngivuse izindawo zayo ezidilikileyo.
Bheka, inceku yami engiyikhethileyo; othandiweyo wami othokoza kuye umphefumulo wami;
ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi: Ngizavula umlomo wami ngemifanekiso; ngizakhuluma izinto ebezifihliwe kusukela ekusekelweni komhlaba.
ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngoIsaya umprofethi ukuthi: Yena wathatha ubuthakathaka bethu, wathwala izifo zethu.
Wathi kubo: Lawa angamazwi engawakhuluma kini ngisenani, ukuthi kumele kugcwaliseke konke okulotshiweyo emlayweni kaMozisi, lakubaprofethi, lemahutsheni, mina.
Uma wababiza ngokuthi ngonkulunkulu, okwafika kubo izwi likaNkulunkulu, nombhalo ungeqiwe;
ukuze kugcwaliseke izwi lika-Isaya umprofethi, alishoyo ukuthi: “Nkosi, ngubani okholwe umbiko wethu na? Nengalo yeNkosi yambulelwe bani na?
Emva kwalokho uJesu ekwazi ukuthi zonke izinto seziphelile, ukuze kugcwaliseke umbhalo, wathi: Ngomile.
Ngokuba abakhileyo eJerusalema nababusi babo, lokhu bengamazi, noma amazwi abaprofethi afundwa amasabatha ngamasabatha, bawagcwalisile ngokumlahla.