Mathewu 12:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabayala ukuthi bangamenzi aziwe; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi, IsiZulu 2020 Wabayalisisa ukuba bangakhulumi ngaye, Baasraak Zulu New Testament Bible Wabayala ukuthi bangamenzi aziwe; |
Sebehla entabeni, uJesu wabayala, wathi: “Ningatsheli muntu umbono, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.
UJesu wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu; kepha hamba, uziveze kumpristi, unikele umnikelo uMose ayala ngawo, kube ngubufakazi kubo.
Asevuleka amehlo abo; uJesu wazilaya kakhulu, wathi: Qaphelani kungaziwa muntu.