Ngaleso sikhathi uJesu wadabula amasimu ngesabatha; abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla.
Mathewu 12:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kubo: “Ngumuphi umuntu kini onemvu eyodwa, kuthi uma iwela emgodini ngesabatha, ongayikuyibamba, ayikhiphe, na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha wathi kubo: “Ngumuphi umuntu kini enemvu eyodwa, uma iyele emgodini ngesabatha, ongayikuyibamba, ayikhiphe, na? IsiZulu 2020 Ngakho-ke wathi kubo: “Ngubani kini othi enemvu eyodwa, bese iwela emgodini ngesabatha, ongeyibambe, ayikhiphe lapho na? Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi kubo: “Ngumuphi umuntu kini onemvu eyodwa, kuthi uma iwela emgodini ngesabatha, ongayikuyibamba, ayikhiphe, na? |
Ngaleso sikhathi uJesu wadabula amasimu ngesabatha; abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla.
Wabaphendula wathi: “Ngumuphi kini ongathi imbongolo noma inkabi iwele emgodini, angayikhiphi masinyane ngosuku lwesabatha na?
Ngeke ubone imbongolo yomfowenu noma inkabi yakhe iwile endleleni, uzicashe kuyo; kumele umsize azithathe futhi.