Kodwa laphumela ukuyabonani? Umuntu owembethe ingubo ethambileyo na? bhekani, abembethe ezintofontofo basezindlini zamakhosi.
Mathewu 11:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa laphumela ukuyabonani? Umprofethi? yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa naphumelani na? Ukubona umprofethi na? Yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi. IsiZulu 2020 Kanti naphumelani na? Ukuyobona umphrofethi na? Yebo, ngithi kini: owedlula umphrofethi. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa laphumela ukuyabonani? Umprofethi? yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi. |
Kodwa laphumela ukuyabonani? Umuntu owembethe ingubo ethambileyo na? bhekani, abembethe ezintofontofo basezindlini zamakhosi.
Nawe, mntwana, uyakuthiwa umprofethi woPhezukonke, ngokuba wena uyakuhamba phambi kobuso beNkosi ukulungisa izindlela zayo;
Kepha uma sithi: Kubantu; abantu bonke bazosikhanda ngamatshe, ngokuba bakholiwe ukuthi uJohane ungumprofethi.