Kepha lesi sizukulwane ngiyakusifanisa nani na? Kufana nabantwana abahlezi ezigcawini, bebiza omakhelwane babo;
Mathewu 11:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Onezindlebe zokuzwa makezwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Onezindlebe makezwe. IsiZulu 2020 Onezindlebe makezwe. Baasraak Zulu New Testament Bible Onezindlebe zokuzwa makezwe. |
Kepha lesi sizukulwane ngiyakusifanisa nani na? Kufana nabantwana abahlezi ezigcawini, bebiza omakhelwane babo;
Khona abalungileyo bayakukhanya njengelanga embusweni kaYise wabo. Onezindlebe zokuzwa makezwe.
Awuwulungele umhlabathi, noma umquba; kodwa abantu bayawukhipha. Onezindlebe zokuzwa makezwe.
Enye yawela emhlabathini omuhle, yamila, yathela ngekhulu. Esetshilo lezizinto wamemeza wathi: Onezindlebe zokuzwa makezwe.
Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo kayikulinyazwa ngukufa kwesibili.
Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle imana elifihliweyo, ngimnike itshe elimhlophe, nasetsheni igama elisha elilotshiwe, elingaziwa muntu, kuphela owemukelayo.
Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila, ophakathi kwepharadesi likaNkulunkulu.