Kwathi lapho u-Izebeli ebulala abaprofethi bakaJehova, u-Obadiya wathatha abaprofethi abayikhulu, wabafihla emhumeni ngamashumi ayisihlanu, wabondla ngesinkwa nangamanzi.)
Mathewu 10:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Onamukela nina uyangamukela mina, nowamukela mina wemukela ongithumileyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Onamukela nina uyangamukela mina; ongamukela mina uyamamukela ongithumileyo. IsiZulu 2020 “Onamukelayo nina, uyangamukela Mina; nongamukelayo Mina, wamukela ongithumileyo. Baasraak Zulu New Testament Bible Onamukela nina uyangamukela mina, nowamukela mina wemukela ongithumileyo. |
Kwathi lapho u-Izebeli ebulala abaprofethi bakaJehova, u-Obadiya wathatha abaprofethi abayikhulu, wabafihla emhumeni ngamashumi ayisihlanu, wabondla ngesinkwa nangamanzi.)
Kodwa mina ngizalisindisa ngalolosuku, kutsho uJehova, njalo kawuyikunikelwa esandleni sabantu elibesabayo.
Inkosi iyakuphendula, ithi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba nikwenzile komunye walaba bafowethu abancane, nikwenzile nakimi.
Khona izabaphendula, ithi: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba lingakwenzanga komunye walaba abancinyane, kalikwenzanga kimi.
Loba ngubani owemukela abe munye wabantwana abanje ebizweni lami, uyangemukela mina; njalo loba ngubani ongamukela mina, kamukeli mina, kodwa loyo ongithumileyo.
Ya le utlwang o a nkutlwa; mme ya le nyatsang, o a nyedisa nna; mme ya nnyatsang, o nyedisa ya nthomileng.
Wathi kubo: “Yilowo nalowo owamukela lo mntwana egameni lami uyangamukela mina;
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Owamukela engimthumayo uyangamukela mina; nowamukela mina wemukela ongithumileyo.
Khona uJesu wabuye wathi kubo: “Ukuthula makube kinina, njengalokho uBaba engithumile, nami ngiyanithuma nina.
ukuze bonke bahloniphe iNdodana, njengalokhu bedumisa uYise. Ongayihloniphi iNdodana akamhloniphi uYise oyithumileyo.
Ukulingwa kwami okwakusenyameni yami anikudelelanga, anikuyekanga; kodwa nangamukela njengengelosi kaNkulunkulu, njengoKristu Jesu.
Ngakho-ke owalayo akali umuntu, kepha wala uNkulunkulu osinikile noMoya wakhe oNgcwele.
Lowo oweqayo, njalo engahlali emfundisweni kaKristu, kalaNkulunkulu; Lowo ohlala emfundisweni kaKristu unabo bobabili uYise neNdodana.