Khona kwasuka omunye wabayishumi nambili, othiwa uJuda Iskariyothe, waya kubapristi abakhulu,
Mathewu 10:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 uSimoni umKhanani, noJudasi Iskariyothe owamkhaphelayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE noSimoni umKhanani, noJuda Iskariyothe owamkhaphelayo. IsiZulu 2020 uSimoni umKhanani, noJuda Iskariyothe, lo owakhaphela uJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible uSimoni umKhanani, noJudasi Iskariyothe owamkhaphelayo. |
Khona kwasuka omunye wabayishumi nambili, othiwa uJuda Iskariyothe, waya kubapristi abakhulu,
Wasesithi kubo: Lizanginikani, njalo ngimnikele kini? Basebesenza isivumelwano laye ngenhlamvu zesiliva ezingamatshumi amathathu.
Niyazi ukuthi emva kwezinsuku ezimbili kungumkhosi wePhasika, futhi iNdodana yomuntu izokhashelwa ukuba ibethelwe esiphambanweni.
Esakhuluma, bheka, kwafika uJudasi, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga abantu.
Khona uJudasi owamkhaphelayo, ebona ukuthi ulahliwe, wazisola, wabuyisela izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu kubapristi abakhulu namalunga;
UJudasi Iskariyothe, omunye wabayishumi nambili, waya kubapristi abakhulu ukuze amkhaphele kubo.
Masinyane, esakhuluma, kwafika uJuda, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu nababhali namalunga.
Esakhuluma, bheka, isixuku, naye othiwa uJuda, omunye wabayishumi nambili, wayehamba phambi kwabo, wasondela kuJesu ukumanga.
Sekudliwe isidlo sakusihlwa, uSathane esefakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele;
Kodwa bakhona abanye kini abangakholwa. Ngokuba uJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi bangobani abangakholwa nokuthi ngubani oyakumkhaphela.
Wayekhuluma ngoJudasi Iskariyothe kaSimoni, ngoba nguye owayezamkhaphela, engomunye wabalitshumi lambili.
Sebengenile bakhuphukela ekamelweni eliphezulu, lapho kwakuhlala khona oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya, noFiliphu, noTomase, noBartolomewu, noMathewu, noJakobe ka-Alfewu, noSimoni Zelote, uJuda umfowabo kaJakobe.
Ukuze athathe ingxenye yalenkonzo lobupostoli, uJudasi aphambuka kukho, ukuze aye endaweni yakhe.