UDavide wayesethumela wabuza kowesifazane. Omunye wathi: “Lo akasiye uBati Sheba indodakazi ka-Eliyamu umka-Uriya umHeti na?
Mathewu 1:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJese wazala uDavide inkosi; uDavide inkosi wazala uSolomoni ngumka-Uriya; IBHAYIBHELI ELINGCWELE uJesayi wazala uDavide, inkosi. UDavide wazala uSolomoni kumka-Uriya; IsiZulu 2020 uJesayi wazala uDavide, inkosi. UDavide wazala uSolomoni kumka-Uriya; Baasraak Zulu New Testament Bible UJese wazala uDavide inkosi; uDavide inkosi wazala uSolomoni ngumka-Uriya; |
UDavide wayesethumela wabuza kowesifazane. Omunye wathi: “Lo akasiye uBati Sheba indodakazi ka-Eliyamu umka-Uriya umHeti na?
Lawa angamazwi okugcina kaDavide. Wathi uDavide, indodana kaJese, umuntu waphakama phezulu, ogcotshiweyo kaNkulunkulu kaJakobe, nomhubi omnandi ka-Israyeli, wathi:
Ngokuba uDavide wenza okulungile emehlweni kaJehova, akaphambukanga kukho konke amyale ngakho zonke izinsuku zokuhamba kwakhe, kuphela endabeni ka-Uriya umHeti.
Lawa angamagama abantwana bakhe ayenabo eJerusalema; uSamuwa noShobabi, uNathani noSolomoni,
Kuwo wonke amadodana ami, ngokuba uJehova wangipha amadodana amaningi, wakhetha uSolomoni indodana yami ukuba ahlale esihlalweni sobukhosi sombuso kaJehova kwa-Israyeli.
Bazalelwa yena eJerusalema; oShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bobane, kuBatsuwa indodakazi ka-Amiyeli;
uSalimoni wazala uBhowazi ngoRahabi; uBhowazi wazala u-Obede kuRuthe; u-Obede wazala uJese;
Ngoba lokho umthetho owawungekwenze, ngoba ubuthakathaka ngenyama, uNkulunkulu ethuma eyakhe iNdodana ifana lenyama elesono, njalo ngenxa yesono, walahla isono enyameni;
UJehova wasesithi kuSamuweli: Koze kube nini ulilela uSawuli, mina ngimalile ukuthi abuse phezu kukaIsrayeli? Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe, ngiyakuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizilungisele inkosi phakathi kwamadodana akhe.
UDavide wayeyindodana yalowo mEfrata waseBetlehema Juda ogama lakhe lalinguJese; wayenamadodana ayisishiyagalombili; lowo muntu wayesemdala ezinsukwini zikaSawule phakathi kwabantu.
USawuli wasesithi kuye: Uyindodana kabani, nsizwa? UDavide wathi: “Ngiyindodana yenceku yakho uJese waseBetlehema.”
Ngokuba nonke ningithandele ugobe, akakho ongitshela ukuthi indodana yami yenze isivumelwano nendodana kaJese; akakho phakathi kwenu ongihawukelayo noma ongitshela ukuthi indodana yami yangikhulisa. Inceku ingivukele ukuze ibuke njenganamuhla?