Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.
KwabaseKolose 4:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi unentshiseko enkulu ngani, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba ngingufakazi wakhe wokuthi uyanisebenzela kakhulu nina, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi. IsiZulu 2020 Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi uyanisebenzela kakhulu nina, nabaseLawodikheya, nabaseHiyerapholi. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi unentshiseko enkulu ngani, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi. |
Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.
Ngokuba ngokwamandla abo ngiyafakaza, yebo, nangaphezu kwamandla abo bazinikela ngokuzithandela;
Ngokuba ngithanda ukuba nazi ukuthi kungakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu, nangenxa yabaseLawodikeya, nabo bonke abangabubonanga ubuso bami enyameni;
esithi: Mina nginguAlfa loOmega, owokuqala lowokuphela; e-Efesu, naseSmirna, nasePhergamo, naseThiyathira, naseSardesi, naseFiladelfiya, naseLawodikeya.