KwabaseKolose 3:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badangale. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu ukuba bangadangali. IsiZulu 2020 Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badikibale. Baasraak Zulu New Testament Bible Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badangale. |
Nani bobaba, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.
Nina zinceku, lalelani ezintweni zonke amakhosi enu ngokwenyama; kungabi ngokukhonza kwamehlo njengabathokozisa abantu; kodwa ngobuqotho benhliziyo, ngokwesaba uNkulunkulu;
Njengalokhu nazi ukuthi sasiniyala, siniduduza, siyala yilowo nalowo kini njengoyise ebantwaneni bakhe;