Ngokuba akukho okufihliweyo okungayikubonakaliswa; futhi akukho okufihliwe, ngaphandle kokuthi kuvele obala.
KwabaseKolose 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 owasibikela futhi ngothando lwenu ngoMoya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE okunguyena futhi wasitshela ngothando lwenu ngoMoya. IsiZulu 2020 okunguyena futhi owasitshela ngothando lwenu ngoMoya. Baasraak Zulu New Testament Bible owasibikela futhi ngothando lwenu ngoMoya. |
Ngokuba akukho okufihliweyo okungayikubonakaliswa; futhi akukho okufihliwe, ngaphandle kokuthi kuvele obala.
Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngenxa yeNkosi uJesu Kristu, nangenxa yothando lukaMoya, ukuba nikhuthale kanye nami emikhulekweni yenu kuNkulunkulu ngenxa yami;
Futhi ithemba alijabhisi; ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.
Kodwa isithelo sikaMoya siluthando, intokozo, ukuthula, ukubekezela, ubumnene, ukulunga, ukholo,
njengoba sezwa ngokukholwa kwenu kuKristu Jesu, nothando eninalo kubo bonke abangcwele.
Ngokuba uNkulunkulu akasinikanga umoya wokwesaba; kodwa ngamandla, lothando, lengqondo ephilileyo.
Njengoba selihlambulule imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso ngoMoya kuze kube sothandweni olungazenzisi lwabazalwane, thandanani kakhulu ngenhliziyo emhlophe;