Kodwa kulokhu sizavumelana lani: Uba lithanda ukuba njengathi, ukuthi bonke abesilisa phakathi kwenu basokwe;
KwabaseGalathiya 4:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyanincenga, bazalwane, ukuthi yibani njengami; ngokuba nami nginjengani; aningilimazanga nakanye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yibani njengami, ngokuba nami nginjengani; bazalwane, ngiyanincenga. Aningonanga ngalutho; IsiZulu 2020 Ngifuzeni, ngokuba nami nginjengani, ngiyanincenga bazalwane. Aningonanga ngalutho. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngiyanincenga, bazalwane, ukuthi yibani njengami; ngokuba nami nginjengani; aningilimazanga nakanye. |
Kodwa kulokhu sizavumelana lani: Uba lithanda ukuba njengathi, ukuthi bonke abesilisa phakathi kwenu basokwe;
Wathi kuJehoshafati: “Uyakuhamba nami ukulwa nami eRamoti kwaGileyadi na?” UJehoshafati wasesithi enkosini yakoIsrayeli: Mina nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho, lamabhiza ami anjengamabhiza akho.
Sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi bangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.
Kepha uma ekhona odabukisile, akadabukisanga mina, kodwa nganxanye, ukuze nginganiqiqi nonke.
Ngakho-ke kube yimbuyiselo (ngikhuluma njengakubantwana bami), yandiswani nani.
Kodwa kuthe ngibona ukuthi kabahambanga ngokuqondileyo njengokweqiniso levangeli, ngathi kuPetro phambi kwabo bonke: Uba wena ongumJuda uphila ngendlela yabezizwe, hatshi eyamaJuda, ubacindezela ngani abaJuda? AbeZizwe ukuba baphile njengamaJuda?
Kepha mangingazibonga mina, kuphela ngesiphambano seNkosi yethu uJesu Kristu, okubethelwe ngaye izwe kimi, nami ezweni.
Bazalwane, umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nomoya wenu. Amen. (KwabaseGalathiya kulotshiwe eRoma.)