Kepha uma olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, enze izinengiso zonke omubi azenzayo, uyakuphila na? “Konke ukulunga kwakhe akwenzileyo akuyikubizwa;
KwabaseGalathiya 3:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingabe nahlupheka kangaka ngeze na? uba kuseyize. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nahlupheka kangaka ngeze na? uma kambe kungeze. IsiZulu 2020 Nahlushwa ngazo zonke lezi zinto ngeze na? Phela lokho impela kungabe kwakuyize. Baasraak Zulu New Testament Bible Ingabe nahlupheka kangaka ngeze na? uba kuseyize. |
Kepha uma olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, enze izinengiso zonke omubi azenzayo, uyakuphila na? “Konke ukulunga kwakhe akwenzileyo akuyikubizwa;
elisindiswa ngazo futhi, uma nikukhumbula lokho enganishumayeza khona, ngaphandle uma nikholwa ize.
Ingabe niyiziwula kangaka na? seniqale ngoMoya manje senipheleliswe enyameni na?
Ziqapheleni ukuthi singalahlekelwa yizinto esizisebenzileyo, kodwa ukuze samukele umvuzo opheleleyo.