Kepha uma olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, enze izinengiso zonke omubi azenzayo, uyakuphila na? “Konke ukulunga kwakhe akwenzileyo akuyikubizwa;
KwabaseGalathiya 3:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingabe niyiziwula kangaka na? seniqale ngoMoya manje senipheleliswe enyameni na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Niwulekile kangaka na? Niqalile kuMoya seniyakugcina enyameni na? IsiZulu 2020 Nilutheke kangako yini ukuba nithi niqale kuMoya, kodwa senigcina ngemisebenzi yenyama na? Baasraak Zulu New Testament Bible Ingabe niyiziwula kangaka na? seniqale ngoMoya manje senipheleliswe enyameni na? |
Kepha uma olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, enze izinengiso zonke omubi azenzayo, uyakuphila na? “Konke ukulunga kwakhe akwenzileyo akuyikubizwa;
Yilokhu kuphela engifuna ukukufunda kini: Namamukela uMoya ngemisebenzi yomthetho noma ngezwi lokukholwa na?
Ngokuba kwakhiwa itabernakele; eyokuqala okwakukhona kuyo uthi lwesibani, netafula, nezinkwa zokubukwa; okuthiwa ithempeli.