ufakaze ngokumelene nabo, ukuze ubabuyisele emthethweni wakho; nokho benza ngokuzidla, kabayilalelanga imiyalo yakho, kepha bona ezimisweni zakho (othi uma umuntu ezenza, aphile kuzo), benza lukhuni ihlombe nentamo yabo, kabezwa.
KwabaseGalathiya 3:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nomthetho awusiwo ongowokukholwa, kodwa uthi: Umuntu owenzayo uyakuphila ngakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba umthetho awusiwo owokukholwa, kodwa owenza lokho uyakuphila ngakho. IsiZulu 2020 Kepha umthetho awusiwo owokukholwa, kodwa lowo owenza zonke lezi zinto uyakuphila ngazo. Baasraak Zulu New Testament Bible Nomthetho awusiwo ongowokukholwa, kodwa uthi: Umuntu owenzayo uyakuphila ngakho. |
ufakaze ngokumelene nabo, ukuze ubabuyisele emthethweni wakho; nokho benza ngokuzidla, kabayilalelanga imiyalo yakho, kepha bona ezimisweni zakho (othi uma umuntu ezenza, aphile kuzo), benza lukhuni ihlombe nentamo yabo, kabezwa.
Ngabanika izimiso zami, ngabazisa izahlulelo zami, okuthi uma umuntu ezenza, aphile ngazo.
Kepha indlu yakwa-Israyeli yangihlubuka ehlane; abahambanga ngezimiso zami, badelela izahlulelo zami, okuthi uma umuntu ezenza, aphile ngazo; amasabatha ami bawangcolisa kakhulu;
Ngakho anogcina izimiso zami nezahlulelo zami; uma umuntu ekwenza lokhu, makahlale kulo; nginguJehova.
Wathi kuye: “Ungibizelani ngokuthi ngimuhle na? akakho omuhle, munye kuphela, okunguNkulunkulu; kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalo.
Uma kungomusa, akusayi ngemisebenzi; uma kungenjalo, umusa awuseyiwo umusa. Kepha uma kuya ngemisebenzi, akuseyiwo umusa; uma kungenjalo umsebenzi awusewumsebenzi.
Ngokuba uma abomthetho kuyizindlalifa, ukukholwa kwenziwe ize, nesithembiso senziwe ize;
Ngakho-ke kungokholo, ukuze kube ngomusa; ukuze isithembiso siqiniseke kuyo yonke inzalo; kungeyisikho lokho okungokomthetho kuphela, kodwa nakulokho okungokukholwa kuka-Abrahama; ongubaba wethu sonke.