Uma bona kuwe (ngokuba akukho muntu ongoni) bese ubathukuthelela, ubanikele esandleni sesitha, ukuze babathumbe babayise ezweni lesitha, elikude noma eliseduze;
KwabaseGalathiya 3:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ukuthi ngomthetho kakho olungisiswayo phambi kukaNkulunkulu, kusobala, ngoba olungileyo uzaphila ngokukholwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ukuthi ngomthetho akukho muntu olungisiswayo phambi kukaNkulunkulu kusobala, ngokuba olungileyo uzakuphila ngokukholwa; IsiZulu 2020 Kusobala manje ukuthi akekho umuntu olungisiswa ngomthetho phambi kukaNkulunkulu, ngokuba olungileyo uzakuphila ngokukholwa. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ukuthi ngomthetho kakho olungisiswayo phambi kukaNkulunkulu, kusobala, ngoba olungileyo uzaphila ngokukholwa. |
Uma bona kuwe (ngokuba akukho muntu ongoni) bese ubathukuthelela, ubanikele esandleni sesitha, ukuze babathumbe babayise ezweni lesitha, elikude noma eliseduze;
Bhekani, ngikhohlakele; ngizokuphendula ngithini? Ngizobeka isandla sami emlonyeni wami.
Ungangeni ekwahluleleni nenceku yakho, ngokuba phambi kwakho akukho muntu ophilayo oyakulungisiswa.
Sonke sidukile njengezimvu; sajika yilowo nalowo indlela yakhe; uJehova wehlisela phezu kwakhe ububi bethu sonke.
Ngasengisithi: Maye kimi! ngoba sengiphelile; ngokuba ngingumuntu onezindebe ezingcolile, ngihlala phakathi kwabantu abazindebe zingcolile; ngokuba amehlo ami abonile iNkosi, uJehova Sebawoti.
Kodwa thina sonke sinjengento engcolileyo, lokulunga kwethu konke kunjengendwangu engcolileyo; futhi sonke siyabuna njengeqabunga; nobubi bethu bususile njengomoya.
Bheka, umphefumulo wakhe oziphakamisile awulungile kuye, kepha olungileyo uyakuphila ngokholo lwakhe.
Ngokuba ukulunga kukaNkulunkulu kwembulwa kulo, kuvela ekukholweni kuye ekukholweni, njengokulotshiweyo ukuthi: Olungileyo uyakuphila ngokukholwa.
sisazi ukuthi umuntu kalungisiswa ngemisebenzi yomthetho, kodwangokholo lukaJesu Kristu, lathi sakholwa kuKristu Jesu, ukuze silungisiswe ngokukholwa kuKristu, njalo kungeyisikho ngemisebenzi yomlayo; ngoba ngemisebenzi yomthetho kakulanyama ezalungisiswa.
Kepha olungileyo uyakuphila ngokukholwa; kepha uma ehlehla nyovane, umphefumulo wami awuyikuthokoza ngaye.
Inkolo ehlanzekileyo nengangcolile phambi kukaNkulunkulu uBaba yilokhu ukuhambela izintandane nabafelokazi osizini lwabo nokuzigcina engenabala kulomhlaba.
Ngokuba siyakhubeka ngokuningi sonke. Uma umuntu engakhubeki ngezwi, lowo uyindoda epheleleyo, enamandla okulawula nomzimba wonke njengetomu.
Bahlabelela isihlabelelo esisha, bethi: Ufanele ukuyithatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wasihlengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuzo zonke izizwe, nezilimi, nabantu, isizwe;