Khona ibandla lathola ukuphumula kulo lonke elaseJudiya, naseGalile, naseSamariya, lisakheka. Behamba ekwesabeni iNkosi, landa ngenduduzo kaMoya oNgcwele.
KwabaseGalathiya 1:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 njalo ngangingaziwa ngobuso emabandleni aseJudiya akuKristu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngangisengongaziwayo ngobuso emabandleni aseJudiya akuKristu, IsiZulu 2020 Kepha mina siqu ngangingaziwa ngamabandla aseJudiya akuKhristu, Baasraak Zulu New Testament Bible njalo ngangingaziwa ngobuso emabandleni aseJudiya akuKristu. |
Khona ibandla lathola ukuphumula kulo lonke elaseJudiya, naseGalile, naseSamariya, lisakheka. Behamba ekwesabeni iNkosi, landa ngenduduzo kaMoya oNgcwele.
Khonzani ko-Anidroniku noJuniya, izihlobo zami neziboshwa kanye nami, abadumileyo phakathi kwabaphostoli nabo ababe kuKristu ngaphambi kwami.
Kodwa kuye lina likuKristu Jesu, owenziwe kithi ukuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu, lokulunga, lokungcweliswa, lokuhlengwa;
Kodwa njengalokho uNkulunkulu emabele yilowo nalowo, njengalokho iNkosi imbizile yilowo nalowo, makahambe kanjalo. Ngiyala kanjalo emabandleni onke.
UPawulu noThimothewu, izinceku zikaJesu Kristu, kubo bonke abangcwele abakuKristu Jesu abaseFilipi, kanye nababonisi namadiyakoni;
UPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseThesalonika elikuNkulunkulu uBaba naseNkosini uJesu Kristu: Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Kristu.
Ngokuba nina, bazalwane, naba ngabalingisi bamabandla kaNkulunkulu aseJudiya akuKristu Jesu;
UPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseThesalonika elikuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Kristu: