Uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza ngani ngaphezu kwabanye na? Abenzi njalo nabathelisi na?
KwabaseFilipi 4:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bayakhonza kini bonke abangcwele, ikakhulu abendlu kaKesari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abangcwele bonke bayakhonza kini, ikakhulu abendlu kaKesari. IsiZulu 2020 Bayakhonza bonke abazalwane abangcwele, ikakhulu abendlu kaKhesari. Baasraak Zulu New Testament Bible Bayakhonza kini bonke abangcwele, ikakhulu abendlu kaKesari. |
Uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza ngani ngaphezu kwabanye na? Abenzi njalo nabathelisi na?
Badabukile kakhulu ngamazwi awashoyo ukuthi abasayikubona ubuso bakhe. Basebemphelekezela baze bafika emkhunjini.
UAnaniya wasephendula wathi: Nkosi, ngizwile ngabanengi balumuntu ukuthi kungakanani okubi ekwenzile kwabangcwele bakho eJerusalema;
Ngakho-ke izibopho zami kuKristu zabonakala esigodlweni sonke lakuzo zonke ezinye indawo;
Khonzani kubo bonke abaniholayo nakubo bonke abangcwele. Abase-Italy bayakhonza kini.
Ibandla eliseBabiloni elikhethiweyo kanye nani liyakhonza kini; kanjalo noMarcus indodana yami.
Kodwa ngiyethemba ukuthi ngizakubona masinyane, sikhulume ubuso nobuso. Ukuthula makube kuwe. Abangane bethu bayakubingelela. Bingelela abangani ngamagama.