Kepha ngiyethemba eNkosini uJesu ukuthuma uThimothewu kini masinyane, ukuze nami ngiduduzeke, lapho sengikwazi okumayelana nani.
KwabaseFilipi 2:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ngiyethemba eNkosini ukuthi lami ngokwami ngizakuza masinyane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha ngiyethemba eNkosini ukuthi nami ngizakuza eduzane. IsiZulu 2020 Kepha nginethemba eNkosini ukuthi ngizakuza masinyane. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ngiyethemba eNkosini ukuthi lami ngokwami ngizakuza masinyane. |
Kepha ngiyethemba eNkosini uJesu ukuthuma uThimothewu kini masinyane, ukuze nami ngiduduzeke, lapho sengikwazi okumayelana nani.
Kodwa phezu kwalokho ngilungisele indawo yokuhlala, ngoba ngiyethemba ukuthi ngemikhuleko yenu ngizaphiwa kini.
Nginezinto eziningi zokunilobela zona, angithandi ukunilobela ngephepha noyinki, kodwa ngiyethemba ukuza kini, ngikhulume nani umlomo nomlomo, ukuze intokozo yethu igcwale.
Kodwa ngiyethemba ukuthi ngizakubona masinyane, sikhulume ubuso nobuso. Ukuthula makube kuwe. Abangane bethu bayakubingelela. Bingelela abangani ngamagama.