Ngakho-ke ngiyathanda ukuba ningadangali ngokuhlushwa kwami ngenxa yenu, okungudumo lwenu.
KwabaseFilipi 2:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngenxa yalokho thokozani futhi, nithokoze kanye nami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokunjalo-ke thokozani nani, nithokoze kanye nami. IsiZulu 2020 Nani-ke ngokunjalo thokozani, nithokoze kanye nami. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngenxa yalokho thokozani futhi, nithokoze kanye nami. |
Ngakho-ke ngiyathanda ukuba ningadangali ngokuhlushwa kwami ngenxa yenu, okungudumo lwenu.
Yebo, noma nginikelwa emhlatshelweni nasenkonzweni yokukholwa kwenu, ngiyathokoza, ngithokoza kanye nani nonke.
Kepha ngiyethemba eNkosini uJesu ukuthuma uThimothewu kini masinyane, ukuze nami ngiduduzeke, lapho sengikwazi okumayelana nani.
Elokugcina, bazalwane bami, thokozani eNkosini. Ukunilobela zona lezi zinto akungihluphi kimi, kepha nina kuyanivikela.