KwabaseFilipi 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abazalwane abaningi eNkosini, beqiniseka ngezibopho zami, banesibindi esikhulu kakhulu sokukhuluma izwi ngokungesabi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nokuthi iningi labazalwane eNkosini betholile ithemba ngezibopho zami bazuzile kakhulu isibindi sokukhuluma izwi likaNkulunkulu ngokungesabi. IsiZulu 2020 Kanjalo-ke iningi labazalwane eNkosini laba neqholo ngokuboshwa kwami, lakulungela ukukhuluma izwi lingesabi. Baasraak Zulu New Testament Bible Abazalwane abaningi eNkosini, beqiniseka ngezibopho zami, banesibindi esikhulu kakhulu sokukhuluma izwi ngokungesabi. |
Ukuze asinike, ukuthi sikhululwe esandleni sezitha zethu, siyikhonze singesabi;
Ngakho-ke lokhu sinethemba elinjalo, sisebenzisa ukukhululeka okukhulu kokukhuluma;
Sikhulu isibindi sami ngani, ngizibonga kakhulu ngani; ngigcwele induduzo, ngithokoza kakhulu osizini lwethu lonke.
Ngakho-ke ngiyathanda ukuba ningadangali ngokuhlushwa kwami ngenxa yenu, okungudumo lwenu.
Njengokulangazelela kwami nethemba lami, ukuthi angiyikuba namahloni ngalutho, kodwa ukuthi ngaso sonke isibindi, njengalokhu kwenzeka njalo, kanjalo namanje uKristu uyakuphakanyiswa emzimbeni wami, noma kungokuphila noma ngokufa.
njengokuba kufanele ukuba ngikucabangele lokhu nonke, ngokuba nginenu enhliziyweni yami; njengoba naseziboshweni zami, nasekuvikeleni nasekuqiniseni ivangeli, nina nonke ningabahlanganyeli bomusa wami.
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo nabalangazelelwayo, intokozo yami nomqhele wami, yimani niqinile kanjalo eNkosini, bathandwa bami.
Konke okumayelana lami uzalitshela uTikhiku, ongumzalwane othandekayo lesikhonzi esithembekileyo lenceku kanye lami eNkosini;
Kodwa lanxa sasihluphekile ngaphambili saphathwa kubi, njengoba lisazi eFiliphi, saba lesibindi kuNkulunkulu wethu sokukhuluma kini ivangeli likaNkulunkulu ngokuphikisana okukhulu.
engihlupheka ngakho kuze kube sekuboshweni njengomenzi wokubi; kepha izwi likaNkulunkulu aliboshiwe.