Ngalokho uJehova wathi: “Ngokuba laba bantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zomlomo wabo, kepha inhliziyo yabo ikude nami, nokungesaba kwabo kufundiswa ngomyalo wabantu.
KuThithu 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 bangalaleli izinganekwane zamaJuda, nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. IsiZulu 2020 benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. Baasraak Zulu New Testament Bible bangalaleli izinganekwane zamaJuda, nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. |
Ngalokho uJehova wathi: “Ngokuba laba bantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zomlomo wabo, kepha inhliziyo yabo ikude nami, nokungesaba kwabo kufundiswa ngomyalo wabantu.
Kepha manje lokhu senimazi uNkulunkulu, noma kunalokho naziwa nguNkulunkulu, senibuyela kanjani ezimisweni ezibuthakathaka neziwubala, enithanda ukubuye nibe yizigqila zazo na?
Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;
Kodwa kubehlele kubo njengokwesaga esiqinisileyo esithi: Inja ibuyela emahlanzweni ayo; nengulube egeziweyo ekubhidlizeni odakeni.