UMose wathatha ingxenye yegazi, wayithela ezitsheni; inxenye yegazi wafafaza i-altare.
KumaHeberu 9:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wafafaza ngegazi itabernakele nezitsha zonke zenkonzo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Netabernakele* futhi, nezitsha zonke zenkonzo wakufafaza kanjalo ngegazi. IsiZulu 2020 Kanjalo wafafaza ithabanakeli nazo zonke izitsha zenkonzo ngegazi. Baasraak Zulu New Testament Bible Wafafaza ngegazi itabernakele nezitsha zonke zenkonzo. |
UMose wathatha ingxenye yegazi, wayithela ezitsheni; inxenye yegazi wafafaza i-altare.
Kumelwe uthathe elinye igazi lenkunzi uligcobe ngomunwe wakho ezimpondweni ze-altare, uthulule lonke igazi esinqeni se-altare.
Kumelwe uyihlabe inqama, uthathe igazi layo, uligcobe endlebeni yesokunene ka-Aroni, nasendlebeni yesokunene yamadodana akhe, nasesithupheni sesandla sabo sokunene, nakuqukula wonyawo lwabo lwesokunene, ufafaze. Igazi phezu kwe-altare nxazonke.
Nsuku zonke kumelwe ulungise inkunzi njengomnikelo wesono wokubuyisana; wolihlambulula i-altare, lapho ulenzela ukubuyisana, uligcobe ukuba ulingcwelise.
Uthabathe amafutha okugcoba, uligcobe itabernakele nakho konke okukulo, ulingcwelise kanye nazo zonke izinto zalo, libe ngcwele.
Wayihlaba; uMose walithatha igazi, walifafaza ezimpondweni ze-altare ngomunwe wakhe nxazonke, walihlambulula i-altare, walithulula igazi ngasesinqeni se-altare, walingcwelisa ukuba enze ukubuyisana ngalo.
Wahlaba inkunzi nenqama njengomnikelo wokubonga wabantu; amadodana ka-Aroni amnika igazi, walifafaza e-altare nxazonke.