nesibonelo sakho konke ayenakho ngomoya, samagceke endlu kaJehova, nesawo wonke amakamelo nxazonke, nengcebo yendlu kaNkulunkulu, neyengcebo yezipho ezingcwele;
KumaHeberu 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 abakhonza isibonelo nethunzi lezinto zasezulwini, njengalokho uMose eyalwa nguNkulunkulu esezakwenza itabernakele, ngokuba wathi: “Bheka ukuba wenze zonke izinto ngokomfanekiso owaboniswa wona entabeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE bekhonza okungumfanekiso nesithunzi sokwasezulwini, njengokuba uMose wayalwa esezakwenza itabernakele* ngokuthi: “Bheka, wokwenza konke ngesifanekiso owaboniswa sona entabeni,” IsiZulu 2020 bekhonza okungumfanekiso nesithunzi sokwasezulwini, njengalokhu wayalwa uMose esezakuqeda ukwenza ithabanakeli, kwathiwa: “Uyokwenza konke ngesifanekiso salokho owakuboniswa entabeni.” Baasraak Zulu New Testament Bible abakhonza isibonelo nethunzi lezinto zasezulwini, njengalokho uMose eyalwa nguNkulunkulu esezakwenza itabernakele, ngokuba wathi: “Bheka ukuba wenze zonke izinto ngokomfanekiso owaboniswa wona entabeni. |
nesibonelo sakho konke ayenakho ngomoya, samagceke endlu kaJehova, nesawo wonke amakamelo nxazonke, nengcebo yendlu kaNkulunkulu, neyengcebo yezipho ezingcwele;
“Konke lokho,” kusho uDavide, “uJehova wangiqondisa ngokulotshwa ngesandla sakhe phezu kwami, zonke izenzo zalesi sibonelo.
Njengakho konke engikubonisa khona, njengesifanekiso setabernakele nesifanekiso sezinto zonke zalo, niyakulenza kanjalo.
Kumelwe ulenze libe yigobolondo elinezitayela; njengalokho waboniswa wena entabeni, bayakukwenza kanjalo.
Lo msebenzi wothi lwezibani wawungokwegolide elikhandiweyo, kwaze kwafika esiqwini salo, nasezimbalini zalo, kwakungumsebenzi okhandiweyo; njengokwesibonelo uJehova ambonisa uMose, walwenza uluthi lwesibani.
Kwathi sezixwayisiwe nguNkulunkulu ephutsheni ukuthi zingabuyeli kuHerodi, zasuka zabuyela elizweni lakibo ngenye indlela.
Okhokho bethu babelethabhanekele lobufakazi enkangala njengokulaya kwakhe ekhuluma loMozisi ukuthi alenze njengomfanekiso ayewubonile.
Ngokuba umthetho unesithunzi sezinto ezinhle ezizayo, ungesiwo umfanekiso wazo uqobo, ungeze waba namandla ngemihlatshelo enikelwa njalonjalo iminyaka ngeminyaka ukubenza baphelele labo abasondelayo.
Ngokukholwa uNowa, exwayisiwe nguNkulunkulu ngezinto ebezingakabonwa, ngokwesaba wakha umkhumbi wokusindisa indlu yakhe; ngalo walahla umhlaba, waba yindlalifa yokulunga okungokukholwa.
Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;
okwakuwumfanekiso walesi sikhathi esikhona, lapho kwanikelwa khona izipho nemihlatshelo, okungekwenze lowo owenza inkonzo aphelele ngokukanembeza;
Kungakho sithe kuyakuthi uma besho lokhu kithi noma ezizukulwaneni zethu esikhathini esizayo, siphinde sithi: Bhekani i-altare likaJehova abalenza obaba, kungeyona eleminikelo yokushiswa; futhi hhayi okomhlatshelo; kodwa liwufakazi phakathi kwethu nani.
Emva kwalokho ngabona, bheka, selivuliwe ithempeli letabernakele lobufakazi ezulwini;