Kuseyisikhashana izwe lingabe lisangibona; kodwa nina niyangibona, ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila.
KumaHeberu 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lapha-ke abantu abafayo bamukeliswa okweshumi, kepha lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila. IsiZulu 2020 Lapha-ke abantu abafayo bemukeliswa okweshumi, kodwa lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila. Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila. |
Kuseyisikhashana izwe lingabe lisangibona; kodwa nina niyangibona, ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila.
UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.
Ngoba abanye sebezwile bathukuthela, kodwa kakusibo bonke abaphuma eGibhithe ngoMozisi.
Njengoba esho nakwenye indawo ukuthi: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.
lapho umanduleli angena khona ngenxa yethu, uJesu, waba ngumpristi omkhulu kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.
Mina ngingophilayo, futhi ngangifile; futhi bheka, ngiyaphila kuze kube phakade, Amen; futhi nginezihluthulelo zesihogo nezokufa.