Bonke laba bayizizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli; futhi yilokhu uyise akukhuluma kubo wababusisa; wababusisa kwaba yilowo nalowo ngokwesibusiso sakhe.
KumaHeberu 7:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Njalo kakuphikiswa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha akunakuphikwa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. IsiZulu 2020 Kepha akunakuphikwa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Njalo kakuphikiswa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu. |
Bonke laba bayizizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli; futhi yilokhu uyise akukhuluma kubo wababusisa; wababusisa kwaba yilowo nalowo ngokwesibusiso sakhe.
UDavida wasebuyela ukubusisa indlu yakhe. UMikhali indodakazi kaSawule waphuma ukumhlangabeza uDavide, wathi: “Yeka ukukhazinyuliswa kwenkosi yakwa-Israyeli namuhla, ezivezile namuhla phambi kwezincekukazi zezinceku zayo, njengokuba umuntu oyisiwula eziveza ngokungenamahloni;
Abapristi bamaLevi basukuma bababusisa abantu, izwi labo lezwakala, nomkhuleko wabo wakhuphukela endaweni yakhe yokuhlala engcwele ezulwini.
Umusa weNkosi uJesu Kristu, nothando lukaNkulunkulu, nokuhlangana kukaMoya oNgcwele makube nani nonke. Amen. (Incwadi yesibili eya kwabaseKorinte yabhalwa uThithu noLucas eFilipi, umuzi waseMakedoniya.)
Futhi ngokungangabazeki inkulu imfihlakalo yokumesaba uNkulunkulu: UNkulunkulu wabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, wakholeka emhlabeni, wemukelwa enkazimulweni.
Kodwa yena ongabalelwa ozalweni lwabo uthathile okwetshumi kuAbrahama, wambusisa lowo owayelezithembiso.
Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila.