Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu; futhi uzakuba yisibusiso.
KumaHeberu 7:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bhekani-ke ukuthi wayemkhulu kangakanani lowo, u-Abrahama ukhokho amnika okweshumi kwempango. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Qondani-ke ukuthi ungakanani yena owanikwa okweshumi kwempango ngu-Abrahama ukhokho. IsiZulu 2020 Bonani-ke ukuthi mkhulu kangakanani lo owanikwa okweshumi kwempango ngu-Abhrahama ukhokho. Baasraak Zulu New Testament Bible Bhekani-ke ukuthi wayemkhulu kangakanani lowo, u-Abrahama ukhokho amnika okweshumi kwempango. |
Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu; futhi uzakuba yisibusiso.
Ubusisiwe uNkulunkulu oPhezukonke onikele izitha zakho esandleni sakho. Futhi wamnika okweshumi kwakho konke.
Madoda, bazalwane, ake ngikhulume kini ngokusobala ngokhokho uDavide ukuthi wafa wangcwatshwa, nethuna lakhe lisekhona kithi kuze kube namuhla.
Kwase kugcwaliseka umbhalo othi: U-Abrahama wakholwa nguNkulunkulu, kwabalelwa kuye ukuthi kungukulunga, wabizwa ngokuthi uMngane kaNkulunkulu.