Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




KumaHeberu 7:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngalokho-ke wenziwa umpristi ngaphandle kwesifungo;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Futhi ngalokho ukuthi akubanga ngaphandle kokufunga – ngokuba labo kambe babekwa babe ngabapristi ngaphandle kokufunga,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Lokho akubanga ngenxa yokufunga, ngokuba laba babekwa baba ngabaphristi ngaphandle kokufunga,

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Ngalokho-ke wenziwa umpristi ngaphandle kwesifungo;

Uka jalj uñjjattʼäta



KumaHeberu 7:20
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova ufungile engayikuzisola: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Ngalokho wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngubupristi kukho konke okwase-altare nangaphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngininikile ubupristi benu njengesipho; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.


Njengoba esho nakwenye indawo ukuthi: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Ngokuba umthetho awuphelelisanga lutho, kepha kwangeniswa ithemba elingcono; esisondela ngayo kuNkulunkulu.


(Ngokuba labo abapristi benziwa ngaphandle kwesifungo, kodwa lokhu ngesifungo ngaye owathi kuye: INkosi yafunga, kayiyikuzisola: Wena ungumpristi kuze kube nininini ngokwendlela kaMelkisedeki;)