U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.
KumaHeberu 6:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho-ke esebekezele wazuza isithembiso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kanjalo kwathi esebekezele, wakuzuza okwathenjiswayo. IsiZulu 2020 Ngakho-ke esebekezele, wakuzuza akwethenjiswayo. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho-ke esebekezele wazuza isithembiso. |
U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.
Abantwana bakwa-Israyeli bazala, banda, banda, baba namandla kakhulu; izwe lagcwala bona.
Ukuze ningavilaphi, kodwa nilingise labo abathi ngokholo nangokubekezela badla ifa lezithembiso.
Ngakho-ke ungumlamuleli wesivumelwano esitsha, ukuze kuthi ekufeni kube kuhlengwa eziphambekweni ngaphansi kwesivumelwano sokuqala, ababiziweyo bamukele isithembiso sefa eliphakade.