Khona-ke kumelwe ahlabe imbuzi yomnikelo wesono eqondene nabantu, alethe igazi layo evelini enze kulelo gazi njengoba enzile ngegazi lenkunzi, alifafaze phezu kwesihlalo somusa naphambi kwesihe isihlalo:
KumaHeberu 5:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho ngenxa yalokhu ufanele ukuthi, njengalokhu enikela ngezono zabantu, ngokunjalo laye ngokwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngenxa yabo kufanele ukuba, njengalokhu enikela ngezono zabantu, anikele kanjalo nangezakhe. IsiZulu 2020 ngenxa yabo, kufanele ukuba njengalokhu enikela imihlatshelo ngenxa yezono zabantu, anikele kanjalo nangezakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho ngenxa yalokhu ufanele ukuthi, njengalokhu enikela ngezono zabantu, ngokunjalo laye ngokwakhe. |
Khona-ke kumelwe ahlabe imbuzi yomnikelo wesono eqondene nabantu, alethe igazi layo evelini enze kulelo gazi njengoba enzile ngegazi lenkunzi, alifafaze phezu kwesihlalo somusa naphambi kwesihe isihlalo:
U-Aroni kumelwe alungise inkunzi yakhe yomnikelo wesono azenzele yena nendlu yakhe isihlawulelo.
Wayesethi uMose ku-Aroni: “Sondela e-altare, unikele ngomnikelo wakho wesono nomnikelo wakho wokushiswa, uzenzele wena nabantu ukubuyisana; nilethe umhlatshelo wabantu, ubenzele ukubuyisana; njengokulaya kweNkosi.
Ngokuba kuqala kunakho konke nganinika lokho engakwamukela nami, ukuthi uKristu wafela izono zethu njengokwemibhalo;
Kepha yena, esenikele ngomhlatshelo waba munye ngenxa yezono phakade, wahlala phansi ngakwesokunene sikaNkulunkulu;
ongadingi insuku ngensuku njengabapristi abakhulu ukuthi anikele imihlatshelo kuqala ngezakhe izono, andukuba ezezabantu;
Kodwa kweyesibili umpristi omkhulu yedwa kungena kanye ngomnyaka, kungeyisikho ngaphandle kwegazi, azinikela ngenxa yakhe langenxa yeziphambeko zabantu.