UMelkisedeki inkosi yaseSalema waletha isinkwa newayini, futhi wayengumpristi kaNkulunkulu oPhezukonke.
KumaHeberu 5:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 ebizwa ngokuthi nguNkulunkulu umpristi omkhulu ngokokuma kukaMelkisedeki. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ebizwa nguNkulunkulu ukuthi umpristi omkhulu ngokokuma kukaMelkisedeki. IsiZulu 2020 Wabizwa nguNkulunkulu ngokuthi ungumphristi omkhulu ngokokuma kukaMelkhizedeki. Baasraak Zulu New Testament Bible ebizwa ngokuthi nguNkulunkulu umpristi omkhulu ngokokuma kukaMelkisedeki. |
UMelkisedeki inkosi yaseSalema waletha isinkwa newayini, futhi wayengumpristi kaNkulunkulu oPhezukonke.
UJehova ufungile engayikuzisola: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.
Ngakho kwamfanela ukuthi afane labafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu olesihawu lothembekileyo ezintweni ezimayelana loNkulunkulu, ukuze enze inhlawulo yokuthula ngezono zabantu.
Ngakho-ke, bazalwane abangcwele, eningabahlanganyeli bokubizwa kwasezulwini, cabangani ngomphostoli nomPristi omkhulu wesivumo sethu, uKristu Jesu;
Sinokuningi esingakusho ngaye, okunzima ukukukhulumela, lokhu nina niba buthuntu ekuzweni.
lapho umanduleli angena khona ngenxa yethu, uJesu, waba ngumpristi omkhulu kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.