KumaHeberu 2:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba impela akathathanga isimo sezingelosi; kodwa wathatha inzalo kaAbrahama. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba akahlangulisi izingelosi, kodwa uhlangulisa inzalo ka-Abrahama. IsiZulu 2020 Ngokuba kuyakhanya ukuthi akezanga ukuzosiza izingelosi, kodwa labo abayinzalo ka-Abhrahama. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba impela akathathanga isimo sezingelosi; kodwa wathatha inzalo kaAbrahama. |
Manje izithembiso zenziwa ku-Abrahama nasenzalweni yakhe. Akasho ukuthi: Nasezinzalweni, kungathi ngeziningi; kodwa kungathi ngeyodwa: Nasenzalweni yakho enguKristu.
Ngokuba bona basilaya izinsukwana njengokuthanda kwabo; kodwa yena kube yinzuzo yethu, ukuze sihlanganyele ubungcwele bakhe.
futhi abakhulule labo ababeboshelwe ebugqilini ukuphila kwabo konke ngokwesaba ukufa.
Ngakho kwamfanela ukuthi afane labafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu olesihawu lothembekileyo ezintweni ezimayelana loNkulunkulu, ukuze enze inhlawulo yokuthula ngezono zabantu.
Ngokuba abantu bafunga omkhulu kubo, nesifungo sokuqinisekisa singukuphela kwakho konke ukuphikisana.
Owamiselwa ngaphambili ngaphambi kokusekelwa kwezwe, kodwa wabonakaliswa kulezikhathi zokugcina ngenxa yenu;