Kuthathe kubo, ukuze bafeze inkonzo yetende lokuhlangana; uyakunika amaLevi, kube yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe.
KumaHeberu 13:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Sine-altare abangenagunya lokudla kulo abakhonza etabernakele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sine-altare thina, abangenalungelo lokudla kulo abakhonza etabernakele*. IsiZulu 2020 Thina sine-althare, abangenalungelo lokudla kulo labo abakhonza ethabanakelini. Baasraak Zulu New Testament Bible Sine-altare abangenagunya lokudla kulo abakhonza etabernakele. |
Kuthathe kubo, ukuze bafeze inkonzo yetende lokuhlangana; uyakunika amaLevi, kube yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe.
Anazi yini ukuthi abakhonza izinto ezingcwele badla okwethempeli na? nabakhonza e-altare bahlanganyela ne-altare na?
abakhonza isibonelo nethunzi lezinto zasezulwini, njengalokho uMose eyalwa nguNkulunkulu esezakwenza itabernakele, ngokuba wathi: “Bheka ukuba wenze zonke izinto ngokomfanekiso owaboniswa wona entabeni.