Khona-ke uMose wathatha amathambo kaJosefa wahamba nawo, ngoba wayebafungile abantwana bakwa-Israyeli wathi: “Impela uNkulunkulu uzonilalela; futhi niyothwala amathambo ami nisuke lapha nani.
KumaHeberu 11:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokholo uJosefa esefile wakhuluma ngokuphuma kwabantwana bakoIsrayeli; walaya ngamathambo akhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokukholwa uJosefa esezakufa wakhuluma ngokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli, wayaleza ngamathambo akhe. IsiZulu 2020 Ngokukholwa, uJosefa esezakufa wakhuluma ngofuduko lwabantu bakwa-Israyeli, wayaleza nangamathambo akhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokholo uJosefa esefile wakhuluma ngokuphuma kwabantwana bakoIsrayeli; walaya ngamathambo akhe. |
Khona-ke uMose wathatha amathambo kaJosefa wahamba nawo, ngoba wayebafungile abantwana bakwa-Israyeli wathi: “Impela uNkulunkulu uzonilalela; futhi niyothwala amathambo ami nisuke lapha nani.
Bathwalwa basiwa eShekemi, babekwa ethuneni u-Abrahama awalithenga ngenani lemali kumadodana kaHamori waseShekemi.
Amathambo kaJosefa abantwana bakwa-Israyeli abakhuphula ngawo eGibithe bawembela eShekemi endaweni uJakobe ayithenga emadodaneni kaHamori uyise kaShekemi ngamashekeli ayikhulu esiliva; ifa labantwana bakwaJosefa.