KumaHeberu 11:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokukholwa uJakobe esezakufa wabusisa amadodana kaJosefa omabili; wakhuleka encika esihlokweni sodondolo lwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokukholwa uJakobe esezakufa wabusisa leyo naleyo yamadodana kaJosefa, wakhuleka encikile esihlokweni sodondolo lwakhe. IsiZulu 2020 Ngokukholwa, uJakobe esezokufa wabusisa yileyo naleyo yamadodana kaJosefa, wakhuleka eyeme esihlokweni sodondolo lwakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokukholwa uJakobe esezakufa wabusisa amadodana kaJosefa omabili; wakhuleka encika esihlokweni sodondolo lwakhe. |
Kwathi emva kwalezi zinto omunye wathi kuJosefa: Bheka, uyihlo uyagula; wathatha amadodana akhe amabili, oManase no-Efrayimi, kanye naye.
Ngaphezu kwalokho, izinceku zenkosi zifikile ukuyibusisa inkosi yethu, inkosi uDavide, zathi: ‘UNkulunkulu makenze igama likaSolomoni libe ngcono kunegama lakho, enze isihlalo sakhe sobukhosi sibe sikhulu kunesihlalo sakho sobukhosi. Inkosi yakhothama embhedeni.